UMHOLI weMKP, uMnuz Jacob Zuma, ubona iqembu lakhe lizozidlela amahlanga okhethweni lohulumeni basekhaya oluzayo emva kokuba ethintwe isandla sendoda kaNkulunkulu ayibone ngesikhathi evakashele ...
“ELimpopo khona kube nangu-12 anokuthula. EMpumalanga abangu-9 anokuthula, eyodwa yaba nodweshu. ENorthern Cape kube namamashi amane anokuthula, kwathi amabili anesixakaxaka,” kusho uLt Gen Mosikili.
KULINDELWE inzuzo yemali elinganiselwa ku-R798 million emnothweni wedolobha iTheku ngempelasonto yangesonto elizayo yomjaho wamahhashi nezemfashini waminyaka yonke iHollywoodbets Durban July. Lokho ...
UMLINGISI olingisa indawo kaNamhla kwiGenerations The Legacy, uThulisile "Thuli P" Phongolo, ubhoboke ngesibalo sabantu besilisa aseke walala nabo. UThuli P, obuye abe nguDJ wasezindaweni zobumnandi, ...
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe abasolwa abahlanu mayelana nezigameko ezithinta ukugqekeza amabhizinisi eWoody Glen elokishini laseMpumalanga, eHammersdale ezintatha zangoLwesibili, mhla ka-30Juni.
KUHLATSHWE ikhwelo emaphoyiseni ukuthi angasebenzisi indlakadla, acheme nohlangothi oluthile noma enzelele emamashini okuchitha abantu bakwamanye amazwe abafohlile KwaZulu-Natal. Ukhukhulelangoqo ...
UKUTHWALA kanzima ulwa nokuba nekusasa eliqhakazile ngokuzithwasisa ngolwazi lwemfundo, uncike emndenini nezihlobo zakho ukukweseka kwenza ukuthi ukuthola umsebenzi wakho wokuqala ngqa kube yinjabulo ...
UMQEQESHI weBafana Bafana, uHugo Broos, uzishaya isifuba ngomkhuba wabadlali bakhe wokungazixaki ngokulalela ‘osiyazi’ abakhuluma kuze kweqe ngaleli qembu lesizwe, bakhohlwe wukuthi laliwumgodi ...
ALA ukhasha amalungu ekomiti lasePhalamende elicubungula eyokukhipha esikhundleni uMengameli Cyril Ramaphosa, ngokutholakala kwezishaqane zamadola aseMelika, epulazini lakhe eliseLimpopo, njengoba ...
SEKUQUBUKE isidididi ngemuva kokuthi uKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uLt General Nhlanhla Mkhwanazi, etshele i-eNCA ukuthi uyalelwe ukuthi abikele esiteshini samaphoyisa eBrooklyn, ePitoli ...
IZIPHATHIMANDLA zikaMasipala waseMfolozi nakuMasipala wesiFunda iKing Cetshwayo sezishaye indesheni emphakathini waku-ward 4, eMbhongampisi, enyakatho yesifundazwe iKwaZulu-Natal ukunakekela ...
KULINDELEKE ukuthi kugujwe indima yomculo wakuleli kwelinye lamatende amakhulu emcimbini, iHollywood Durban July, eThekwini. Umcimbi walo nyaka uzobanjelwa enkundleni iGreyville, ngoJulayi 4. Kuwona ...